Yikuyini Ubuntu?
– Inhlonipho yikwenzi into efunwa yimikhuba kumbe amasiko.
– Abantu bahlonipha:
- Ngokulandela imikhuba
- Ngokungoni
- Ukungaloyi
- Ukubingelelana
Obaba bahlonipha isizwe ngoku:
- Ngokungakhombisi umntwana omncane
- Ukuwethula ingwane
- Ukuhambisa omama phambili
- Ukuthi omamam kakube yibo abaqala ukungena endlini
- Ubabab uyalalelela omama nxa bekhuluma
Omama ke?
- Nxa engahlangana lowesilisa uyagobisa amadolo
- Kahambi engalaqhiye ekhanda
- Nxa enika obaba ukudla uyaguqa phansi
- Izigqoko ezivala umzimba kazingadluli phezulu kwamadolo okulobuntu.
Abantwana ke?
- Umntwana nxa ebingelela umuntu omdala kumele aguqe phansi
- Akumelanga angenele enkulumeni nxa abantu abadala bekhuluma
- Kumele angaphenduli nxa ekhuzwa ngabantu abadala
- Kumele aguqe phansi nxa enika abantu abadala ukudla
- Kumele aphambuke endleleni nxa ehlangana lomuntu omdala
- Kahlali esitulweni njengomzali, uhlala phansi esigcabheni kumbe ecansini
Ontanga ke?
- Bagqokela amabhrugwe kuhle
Inkosi ke?
- Ayibandlululi wonke umuntu wesigaba uncedwa nguye
- Ilinganisa wonke umuntu
- Iphatha kuhle abantu bayo ngokubaxazululela inkinga abahlangana lazo empilweni
Amabutho ke?
- Agcina abantu ebubuni ngokufanayo
- Awabulali muntu kungela sizatho njalo ayahlonitshwa
- Alidli egcekeni
- Alibhemi
- Alenzi ububi ebantwini
Izisebenzi ke?
- ngokubhadalwa izimali zikahulumende
- ukungoni
Abathetheneyo ke?
- Ngokungahlali bexabana
- Ngokuziphatha kuhle
- Langokugcina isiko lokuthathana ngokuhloniphana
Umamazala ke?
- Umamazala lomkhwenya
- Ahambeli abakhwenyana ngekhanda egcekeni
- Engaxabani lokumalukazana
Osebele lezihlobo ke?
- Ngokuzwanana
- Ngokuthandana
- Ngokuphathana kahle